1UADAMU, uSeti, uEnose,
2uKenani, uMahalalele, uJorede,
3uEnoke, uMetusela, uLameka,
4uNoa, uShemi, uHamu, uJafete,
5Amadodana ka Jafete; uGomere, uMagoge, uMadai, uJavane, uTubale, uMesheke, uTirase.
6Amadodana ka Gomere, uAshikenaze, uRifate, uTogama.
7Amadodana ka Javane; uElisha, uTashishi, uKitime, uDodanime.
8Amadodana ka Hamu; uKushe, uMizirami, uPuti, uKenani.
9Amadodana ka Kushe; uSeba, uHavila, uSabta, uRama uSabteka. Amadodana ka Rama; uSheba, uDedane.
10uKushe wa zala uNimrode; yena wa qala ukuba mkulu emhlabeni.
11uMizirami wa zala uLudime, uAnamime, uLehabime, uNaftuhime.
12uPatrusime, noKasluhime, (aba vela ku yena amaFilisti,) amaKaftorime.
13uKenani wa zala uZidone izibulo, uHete.
14uJebusi futi noAmori, noGirigasi,
15noHivi, noAki, noSini.
16uAvadi, noZemari, noHamati.
17Amadodana ka Shemi; uElame, uAshuri, uAfaksade, uLude, uAramu, uUze, uHule, uGeteri, uMesheki.
18uAfaksade wa zala uShela, uShela wa zala uEberi.
19Ku Eberi kwa zalwa amadodana amabili; igama lenye uPelegi; ngokuba ezinsukwini zake izwe la datyulwa; igama lomfo wabo uJoktane.
20uJoktane wa zala uAlmodade, uShelefe, uHazamaveti, uJera,
21Naye uHadoramu, noUzale, noDikla.
22NoEbali, noAbimeli, noSheba,
23NoOfire, noHavila, noJobabe. Bonke laba ba be amadodana ka Joktane.
24uShemi, uAfaksade, uShela,
25uEberi, uPelegi, uReu,
26uSerugi, uNahori, uTera,
27uAbrama; oku tiwa Abrahama.
28Amadodana ka Abrahama; uIsaka, uIshmaeli.
29Laba izizukulwana zabo; Izibulo lika Ishmaeli, uNebajoti, we lanywa uKedari, noAdebeli, noMibesamu.
30uMishema, uDuma, uMasa, uHadadi, uTema,
31uJeturi, uNafishi, uKedema, Laba ba amadodana ka Ishmaeli.
32Amadodana ka Ketura, o wesitembu sika Abrahama; wa zala uZimrani, uJokshani, uMedani, uMidiani, uIshibaki, uShua. Amadodana ka Jokshani; uSheba, uDedani.
33Amadodana ka Midiani; uEfa, uEfera, uHanoki, uAbida, uElda. Bonke laba ba amadodana ka Ketura.
34uAbrahama wa zala uIsaka. Amadodana ka Isaka; uEsau, uIsraeli.
35Amadodana ka Esau; uElifazi, uRuli, uJushi, uJalama, uKora,
36Abantwana baka Elifazi; uTemani, uOmari, uZefo, uGatamu, uKenazi, uTimna, uAmaleki.
37Amadodana ka Ruli; uNahati, uZera, uShama, uMiza.
38Amadodana ka Sira; uLotani, uShobali, uZiboni, uAna, uDishoni, uEzeri, uDishani.
39Amadodana ka Lotani; uHori, uHemami; uTimna wa e udade wabo ka Lotani.
40Amadodana ka Shobali; uAlwani, uManahate, uEbali, uShefo, uOnamu. Amadodana ka Ziboni; uAja, uAna.
41Amadodana ka Ana; uDishoni. Amadodana ka Dishoni; uHemdani, uEshebeni, uIterani, uKerani.
42Amadodana ka Ezeri, uBilhani, uZavana, uAkani. Amadodana ka Dishani; uUze, uArani.
43Lawa amakosi abusa ezweni la seEdomi, i nga ka biko inkosi pezu kwabantwana baka Israeli; uBela indodana ka Beori; igama lomuzi wake la li iDinhaba.
44E se file uBela, kwa busa uJobabi indodana ka Zera ka Bozra endaweni yake.
45E se file uJobabi, kwa busa uHushamu o wezwe lamaTemani endaweni yake.
46E se file uHushamu, uHadadi indodana ka Bedadi, o wa tyaya amaMidiani etafeni la seMoabi, wa busa endaweni yake; igama lomuzi la li iAviti.
47E se file uHadadi, uSamla wa seMasreka wa busa endaweni yake.
48E se file uSamla kwa busa endaweni yake uShauli wa seRehoboti ngasemfuleni.
49E se file uShauli, kwa busa uBalahanani indodana ka Akebori endaweni yake.
50E se file uBalahanani, kwa busa uHadari endaweni yake; igama lomuzi wake iPau; igama lomfazi wake la li uMehetabeli indodakazi ka Materedi, indodakazi ka Mezahabi.
51Wa fa uHadari. Amakosi a seEdomi a njaloke; Inkosana uTimna, inkosana uAliva, inkosana uJeteti,
52Inkosana uAholibama, inkosana uEla, inkosana uPinoni.
53Inkosana uKenazi, inkosana uTemani, inkosana uMibezari.
54Inkosana uMagedili, inkosana uIramu. Laba ba be amakosana a seEdomi.