1LOKU ku inzalo ka Esau, oku tiwa uEdomi.
2uEsau wa tabata abafazi bake kuwo amadodakazi a seKenani; uAda, indodakazi ka Eloni umHiti, noAholibama, indodakazi ka Ana, indodakazi ka Ziboni umHivi;
3NoBashemati, indodakazi ka Ishmaeli, udade wabo ka Nebajoti.
4uAda wa m zalela uEsau uElifazi; uBashemati wa zala uRuli;
5uAholibama wa zala uJushi, noJalama, noKora; laba ba be ngamadodana ka Esau, a zalwa uye ezweni la seKenani.
6uEsau wa tabata omkake, namadodana ake, namadodakazi ake, nabantu bonke bendhlu yake, nemihlambi yake, nezinkomo zonke zake, nemfuyo yonke yake, a be i zuzile ezweni la seKenani; wemuka ebusweni bomfo wabo uJakobe, wa ya ezweni.
7Ngokuba imfuyo yabo ya i nkulu, ba be nge nakuhlala ndawonye: izwe a ba be fike kulona, la li nga baneli ngenxa yezinkomo zabo.
8uEsau wa hlala entabeni ya seSira: uEsau wa e nguEdomi.
9Loku ku inzalo ka Esau, uyise wamaEdomi a sentabeni ya seSira:
10Lawa a e ngamabizo amadodana ka Esau; uElifazi, indodana ka Ada umka Esau, noRuli, indodana ka Bashemati, umka Esau.
11Amadodana ka Elifazi, a e nguTemani, noOmari noZefo, noGatamu, noKenazi.
12uTimna wa e umfazi ka Elifazi, indodana ka Esau; wa m zalela uElifazi uAmaleki: lawa a e ngamadodana ka Ada, umka Esau.
13Lawa a be ngamadodana ka Ruli; uNahati, noZera, noShama, noMiza: lawa a be ngamadodana ka Bashemati umka Esau.
14Lawa a be ngamadodana ka Aholibama, indodakazi ka Ana, indodakazi ka Ziboni, umka Esau: wa m zalela uEsau uJushi, noJalama, noKora.
15Lawa a be ngamakosi amadodana ka Esau: amadodana ka Elifazi, izibulo lika Esau: uTemani inkosi, uOmari inkosi, uZefo inkosi, uKenazi inkosi.
16uKora inkosi, uGatamu inkosi, uAmaleki inkosi; lawa a be ngamakosi a vela kuElifazi, ezweni la seEdomi; lawa a be ngamadodana ka Ada.
17Lawa a be ngamadodana ka Ruli, indodana ka Esau; uNahati inkosi, uZera inkosi, uShama inkosi. uMiza inkosi: lawa a be ngamakosi a vela kuRuli, ezweni la seEdomi; lawa a be ngamadodana ka Bashemati umka Esau.
18Lawa a be ngamadodana ka Aholibama umka Esau: uJushi inkosi, uJalama inkosi, uKora inkosi; labo ba be ngamakosi, a vela kuAholibama, indodakazi ka Ana umka Esau.
19Lawa a be ngamadodana ka Esau, owa e nguEdomi, na labo ba be ngamakosi abo.
20Lawa a be ngamadodana ka Sira, iHori, a e hlezi ezweni; uLotani, noShobali, noZiboni; noAna,
21NoDishoni, noEzeri, noDishani; lawo a be ngamakosi amaHori, amadodana ka Sira ezweni la sEdomi.
22Amadodana ka Lotani a be nguHori, noHemami; udade wabo ka Lotani wa e nguTimna.
23Lawa a be ngamadodana ka Shobali; uAlvani, noManahate, noEbali, noShefo, noOnamu.
24Lawa a be ngamadodana ka Ziboni; uAja, noAna; lowo wa e nguAna owa fumana amanzi ehlane, e salusa izinjomane zika Ziboni uyise.
25Laba ba be ngabantwana baka Ana; uDishoni, noAholibama indodakazi ka Ana.
26Laba ba be ngabantwana baka Dishoni; uHemdani, noEshebeni, noIterani, noKerani.
27Lawa a be ngamadodana baka Ezeri; uBilhani, noZavana, noAkani.
28Lawa a be ngamadodana ka Dishani; uZe, noArani.
29Lawa a be ngamakosi a vela kuwo amaHori; uLotani inkosi, uShobali inkosi, uZiboni inkosi, uAna inkosi.
30uDishoni inkosi, uEzeri inkosi, uDishani inkosi; labo ba be ngamakosi a vela kuwo amaHori, ngemibuso yawo, ezweni la seSira;
31Lawa a be ngamakosi, a busa ezweni la seEdomi, inkosi i nga ka busi abantwana baka Israeli.
32uBela, indodana ka Beori wa busa Edomi: igama lomuzi wake la li iDinhaba.
33Wa fa uBela, uJobabi wa busa endaweni yake.
34Wa fa uJobabi, uHushamu, owa sezweni lamaTemani, wa busa endaweni yake.
35Wa fa uShamu, uHadadi, indodana ka Bedadi, owa cita amaMidiani ezweni lika Moabi, wa busa endaweni yake: igama lomuzi wake la li iAviti.
36Wa fa uHadadi, uSamla wa seMasreka wa busa endaweni yake.
37Wa fa uSamla, uSaule wa seRehoboti ngasemfuleni wa busa endaweni yake.
38Wa fa uSaule, uBalahanani, indodana ka Akebori, wa busa endaweni yake.
39Wa fa uBalahanani, indodana ka Akebori, uHadari wa busa endaweni yake: igama lomuzi wake la li iPau; igama lomkake la li nguMehetabeli, indodakazi ka Materedi, indodakazi ka Mezahabi.
40Lawa a be ngamagama amakosi a vela ku Esau, ngezinhlobo zawo, ngezindawo zawo, ngamabizo awo: uTimna inkosi, uAliva inkosi, uJeteli inkosi,
41Aholibama inkosi, uEla inkosi, uPinoni inkosi.
42uKenazi inkosi uTemari inkosi, uMibezari inkosi,
43uMagedili inkosi, uIramu inkosi: laba ba be ngamakosi ka Edomi, ngokwaka kwabo ezweni lemfuyo yabo: wa e ngu Esau, uyise wamaEdomi.