1KWA ti, udonga se lwakiwe se ngi misile izicaba ku bekiwe abalindi beminyango; nabahlabelelayo nabaLevi.
2Nga ba misa oHanani umfo wetu, noHanania umbusi wesigodhlo, ukuba ba buse eJerusalema; ngoba wa e umuntu otembekayo, wa mesaba uTixo ku nabaningi.
3Nga ti kubona, ma ku nga vulwa emasangweni a seJerusalema li ze li be pezulu ilanga, lapo be mi kona, ma ba vale imivalo, ba qinise; ma ku miswe abalindi abakileyo eJerusalema, ku be ilowo ekulindeni kwake, ilowo malungana nendhlu yake.
4Umuzi wa u banzi inxa zonke umkulu, kepa abantu aba kuwo ba be incozana, izinhlu za zi ngakakiwa;
5Wa ti uTixo wami wa ngi nika inhliziyo yokuba ngi bute izikulu, nababusi, nabantu, ukuze ba balwe ngokuzalwa kwabo. Nga i fumana incwadi yokuzalwa kwabo aba kupuka kuqala, nga fumana ku lotywe kona, ukuti,
6Laba ba abantwana bezwe, abakupukayo kuzo izitunjwa e be zi tunjiwe, a be zi tumbile uNebukadnezari inkosi ya seBabulona, ba buyela eJerusalema na seJudia, kwa ba ilowo weza emuzini wa kubo;
7Abezayo noZerubabeli; uJeshua, uNehemia, uAzaria, uRamia, uNahama ni, uMordekai, uBilshane, uMisperete, uBigvai, uNehume, uBana. Umumo wabantu ba kwa Israeli; kwa ku ilo;
8Inzalo ka Paroshe, aba izinkulungwane ezimbili, nekulu namashumi a isikombisa nambili.
9Inzalo ka Shefatia amakulu amatatu namashumi a isikombisa nambili.
10Inzalo ka Ara, amakulu a isitupa, namashumi amahlanu nambili.
11Inzalo ka Pahatimoabi wenzalo ka Jeshua noJoabi, izinkulungwane ezimbili namakulu a isishiyagalombili neshumi nashiyagalombili.
12Inzalo ka Elami, inkulungwane namakulu amabili namashumi a isihlanu nane.
13Inzalo ka Zatu, amakulu a isishiyagalombili namashumi amane nesihlanu.
14Inzalo ka Zakai, amakulu a isikombisa, namashumi a isitupa.
15Inzalo ka Binui, amakulu a isitupa, namashumi amane nesishiyagalombili.
16Inzalo ka Bebai, amakulu a isitupa namashumi amabili nesishiyagalombili.
17Inzalo ka Azgade, izinkulungwane ezimbili namakulu amatatu namashumi amabili nambili.
18Inzalo ka Adonikamu, amakulu a isitupa namashumi a isitupa nesikombisa.
19Inzalo ka Bigvai, izinkulungwane ezimbili namashumi a isitupa nesikombisa.
20Inzalo ka Adine, amakulu a isitupa, namashumi a isihlanu nesihlanu.
21Inzalo ka Atere ka Hezekia, amashumi a isishiyagalolunye nesishiyagalombili.
22Inzalo ka Hashume amakulu amatatu, namashumi amabili nesishiyagalombili.
23Inzalo ka Bezai, amakulu amatatu namashumi amabili nane.
24Inzalo ka Harifa, ikulu neshumi nambili.
25Inzalo ka Gibeoni, amashumi a shiyagalolunye nesihlanu.
26Abantu ba se Betlehema na seNetofa, ikulu namashumi a shiyagalombili nesishiyagalombili.
27Abantu ba seAnatoti ikulu namashumi amabili neshiyagalombili.
28Abantu ba seBetazmavete, amashumi amane nambili.
29Abantu ba seKirjatjearimi, na seKefira, na seBerote, amakulu a isikombisa namashumi amane nantatu.
30Abantu ba seRama, na seGaba, amakulu a isitupa namashumi amabili nanye.
31Abantu ba seMikmasi, ikulu namashumi amabili nambili.
32Abantu ba seBeteli na seAi, ikulu namashumi amabili nantatu.
33Abantu ba seNebo lesibili, amashumi a isihlanu nambili.
34Inzalo ka Elami wesibili, inkulungwane namakulu amabili namashumi amahlanu nane.
35Inzalo ka Harimo, amakulu amatatu namashumi amabili.
36Abantu ba seJeriko, amakulu amatatu, namashumi amane nesihlanu.
37Abantu ba seLodi, na seHadidi, na seOno amakulu a isikombisa namashumi amabili nanye.
38Abantu ba seSena, izinkulungwane ezintatu, namakulu ashiyagalolunye namashumi amatatu.
39Abapristi; inzalo ka Jedaia, abendhlu ka Jeshua, amakulu ashiyagalolunye namashumi akombisa nantatu.
40Inzalo ka Imere, inkulungwane, namashumi a isihlanu nambili.
41Inzalo ka Pashure, inkulungwane, namakulu amabili namashumi amane nesikombisa.
42Inzalo ka Harimo, inkulungwane, neshumi nesikombisa.
43AbaLevi; inzalo ka Jeshua, ka Kadmieli, inzalo ka Hodeva, amashumi a isikombisa nane.
44Abahlabeleli; inzalo ka Asafa, ikulu namashumi amane nesishiyagalombili.
45Abalindi bamasango, inzalo ka Shaluma, inzalo ka Atere, inzalo ka Talmona, inzalo ka Akuba, inzalo ka Hatita, inzalo ka Shobai, ikulu namashumi amatatu nesishiyagalombili.
46AbaNetini, inzalo ka Ziha, inzalo ka Hasufa, inzalo ka Tabaote,
47Inzalo ka Kerosi, inzalo ka Sia, inzalo ka Padona,
48Inzalo ka Lebana, inzalo ka Hagabe, inzalo ka Shalmai,
49Inzalo ka Hanani, inzalo ka Gidele, inzalo ka Gahare.
50Inzalo ka Reaia, inzalo ka Rezina, inzalo ka Nekoda,
51Inzalo ka Gazamu, inzalo ka Uza, inzalo ka Pasea,
52Inzalo ka Besai, inzalo ka Mehunime, inzalo ka Nefishisemu,
53Inzalo ka Bakbuki, inzalo ka Hakufa, inzalo ka Harhure,
54Inzalo ka Bazlute, inzalo ka Mehida, inzalo ka Harosha,
55Inzalo ka Bakose, inzalo ka Sisera, inzalo ka Tama,
56Inzalo ka Nezia, inzalo ka Hatifa.
57Inzalo yezinceku zika Solomona; inzalo ka Sotai, inzalo ka Soferete, inzalo a Perida,
58Inzalo ka Jala, inzalo ka Dakona, inzalo ka Gidele,
59Inzalo ka Shefatia, inzalo ka Hatila, inzalo ka Pokerete, ka Zebaimu, inzalo ka Amoni.
60AbaNetini bonke kanye nenzalo yezinceku zika Solomona, ba be amakulu amatatu, namashumi a isishiyalolunye nambili.
61Ibo laba futi aba be kupukile, eTelmela, eTelharesa, eKerube, eAdane, na seImere; kepa ba be nge nakubonakalisa indhlu ya oyise, nokuzalwa kwabo, nokuba ba be aba kwa Israeli.
62Inzalo ka Delaia, inzalo ka Tobia, inzalo ka Nekoda, amakulu a isitupa, namashumi amane nambili.
63Na kubapristi; inzalo ka Habaia, inzalo ka Kozi, inzalo ka Barzilai, yena owa ganwa indodakazi ka Barzilai umGiladi, wa e bizwa ngegama labo.
64Laba ba funa ukubalwa kwabo pakati kwa babalwayo ngokuzalwa kwabo, kepa a ku funyanwanga; ngako kwa tiwa aba ngcolileyo, ba kitywa ebupristini, ngokungati ba ngcolile.
65Umbusi wa ti kubona ba ngeze ba dhla okungcwele, ku ze ku vele umpriste o neUrimi neTumimi.
66Umumo webandhla lonke wa u izinkulungwane ezimashumi mane nambili namakulu amatatu namashumi a isitupa,
67Ngapandhle kwezinceku zabo zesilisa nezesifazana, zona za zi izinkulungwane ezi isikombisa namakulu amatatu namashumi amatatu nesikombisa ba be nabesilisa nabesifazana aba hlabelelayo aba ngamakulu amabili namashumi amane nesihlanu.
68Amahashi abo, amakulu a isikombisa namashumi amatatu nesitupa; izimbongolo zabo, amakulu amabili namashumi amane nesihlanu.
69Amakamelo abo, amakulu amane namashumi amatatu nanhlanu; izinjomane izinkulungwane ezi isitupa namakulu a isikombisa namashumi amabili.
70Abanye abanumzana ba nikela emsebenzini. Umbusi wa nikela esikwameni amadarike egolide a inkulungwane, izitya ezi amashumi a isihlanu, izingubo zabapristi, ezi amakulu a isihlanu namashumi amatatu.
71Abanye abanumzana ba nikela esikwameni amadarike egolide a izinkulungwane ezi amashumi amabili, nezilinganiso zesiliva ezi izinkulungwane ezimbili, namakulu amabili.
72Loku okwa nikelwayo abanye abantu kwa ku amadarike egolide a izinkulungwane ezi amashumi amabili, nezilinganiso zesiliva ezi izinkulungwane ezimbili, nezingubo zabapristi ezi amashumi a isitupa nesikombisa.
73Njalo abapristi, nabaLevi, nabalindi beminyango, nabahlabeleli, nabanye babantu, namaNetini, nabo bonke abaIsraeli ba hlala emizini yabo; ekutwaseni kwenyanga yesikombisa abaIsraeli bonke ba be hlezi emizini ya kubo.