IZIHLABELELO 131
Igama lokukupuka, ngoDavida.
1JEHOVA, inhliziyo yami a i fukuki, namehlo ami a ka pakami; a ngi yi ezindabeni ezinkulu nezimangalisayo ezi nga pezu kwami.
2Kanti ngi duduzile ngi tulisile umpefumlo wami njengolunyuliweyo ku nina; umpefumlo wami u njengolunyuliweyo.
3uIsraeli ketembe kuJehova, na manje ku ze ku be pakade.
Bible Society of South Africa 1893