1AMADODANA aka Levi, uGershoni, uKohati, noMerari.
2Namadodana aka Kohati; uAmramu, uIzhari, uHebroni, noUzieli.
3Abantwana baka Amramu; uAroni, noMosi, noMiriamu. Amadodana ka Aroni futi; uNadabi, uAbihu, uEleazari, noItamari.
4uEleazari wa zala uFinehasi, uFinehasi wa zala uAbishua,
5uAbishua wa zala uBuki, uBuki wa zala uUzi,
6uUzi wa zala uZerahia, uZerahia wa zala uMeraioti,
7uMeraioti wa zala uAmaria, uAmaria wa zala uAhitubi,
8uAhitubi wa zala uZadoki, uZadoki wa zala uAhimazi,
9uAhimazi wa zala uAzaria, uAzaria wa zala uJohanani,
10uJohanani wa zala uAzaria, (u yena o wa e feza umsebenzi wabapristi etempelini e lakiwa uSolomona eJerusalema;)
11uAzaria wa zala uAmaria, uAmaria wa zala uAhitubi,
12uAhitubi wa zala uZadoki, uZadoki wa zala uShaluma,
13uShaluma wa zala uHilkia, uHilkia wa zala uAzaria.
14uAzaria wa zala uSeraia, uSeraia wa zala uJehozadaki,
15uJehozadaki wa tunjwa, lapa uJehova wa tumba iJuda neJerusalema ngesandhla sika Nebukadnezari.
16Amadodana aka Levi; uGershomi, uKohati, noMerari.
17Lawa amagama amadodana aka Gershomi; uLibni, noShimei.
18Amadodana aka Kohati, uAmramu, uIzhari, uHebroni, noUzieli.
19Amadodana aka Merari; uMahli, uMushi. Le imindeni yabaLevi njengoyise babo.
20Abaka Gershomi; uLibni indodana yake, uJahati indodana yake, uZimma indodana yake,
21uJoa indodana yake, uIddo indodana yake, uZera indodana yake, uJeaterai indodana yake.
22Amadodana aka Kohati; uAminadabi indodana yake, uKora indodana yake, uAsire indodana yake,
23uElkana indodana yake, uAbiasafu indodana yake, uAsire indodana yake,
24uTahati indodana yake, uUrieli indodana yake, uUzia indodana yake, uShauli indodana yake.
25Amadodana aka Elkana; uAmasai, noAhimoti.
26KuElkana; amadodana aka Elkana; uZofai indodana yake, noNahati indodana yake,
27uEliabi indodana yake, uJerohamu indodana yake, uElkana indodana yake.
28Amadodana aka Samueli; izibulo uVashni, noAbia.
29Amadodana aka Merari; uMahli, uLibni indodana yake, uShimei indodana yake, uUza indodana yake,
30uShimea indodana yake, uHagia indodana yake, uAsaia indodana yake.
31Laba ibo uDavida a ba misa pezu kwenkonzo yokuhlabelela endhlini ka Jehova, emva kokuba umpongolo u hlale.
32Ba konza pambi kwendawo yokuhlala yetabanekele lenhlangano ngokuhlabelela, wa ze uSolomona waka indhlu ka Jehova eJerusalema; konake benza umsebenzi wabo njengokuma kwawo.
33Laba a ba bema nabantwana babo. Kumadodana a ba kwaKohati; uHemani umhlabeleli, indodana ka Joeli indodana ka Shemueli,
34Indodana ka Elkana, indodana ka Jerohamu indodana ka Elieli, indodana ka Toa,
35Indodana ka Zufa, indodana ka Elkana, indodana ka Mahati, indodana ka Amasai,
36Indodana ka Elkana, indodana ka Joeli, indodana ka Azaria, indodana ka Zefania,
37Indodana ka Tahati, indodana ka Asire, indodana ka Abiasafu, indodana ka Kora,
38Indodana ka Izhari, indodana ka Kohati, indodana ka Levi, indodana ka Israeli.
39Nomfo wabo uAsafa, o wa ema ngakwesokunene sake, uAsafa, indodana ka Berakia, indodana ka Shimea,
40Indodana ka Mikaeli, indodana ka Baaseia, indodana ka Malkia,
41Indodana ka Etni, indodana ka Zera, indodana ka Adaia,
42Indodana ka Etani, indodana ka Zimma, indodana ka Shimei,
43Indodana ka Jahati, indodana ka Gershomi, indodana ka Levi.
44Abafo wabo amadodana ka Merari ba bema ngakwesokohlo uEtani indodana ka Kishi, indodana ka Abdi, indodana ka Maluki,
45Indodana ka Hashabia, indodana ka Amazia, indodana ka Hilkia,
46Indodana ka Amzi, indodana ka Bani, indodana ka Shameri,
47Indodana ka Mahli, indodana ka Mushi, indodana ka Merari, indodana ka Levi.
48Abafo wabo futi abaLevi ba be miswe enkonzweni yonke yetabanekele lendhlu ka Jehova.
49Kepa uAroni namadodana ake ba be nikela pezu kwelati lomnikelo wokutya, na pezu kwelati lempepo, ba be miselwe umsebenzi wonke wendawo e ingcwele, noku hlaulela uIsraeli, njengako konke uMosi inceku ka Tixo a e ku yalezile.
50Lawa amadodana ka Aroni; uEleazari indodana yake, uFinehasi indodana yake, uAbishua indodana yake,
51uBuki indodana yake, uUzi indodana yake, uZerahia indodana yake,
52uMeraioti indodana yake, uAmaria indodana yake, uAhitubi indodana yake,
53uZadoki indodana yake, uAhimaazi indodana yake.
54Lezi izindawo zokuhlala zamadodana ka Aroni zemindeni zaba kwa Kohati; ezinqabeni zabo emazweni abo; ngokuba inkato kwa ku nge zabo.
55Ba ba nika iHebroni ezweni la kwa Juda, namazwana alo a nga kulo.
56Kodwa amasimu omuzi nemizana yawo, ba yi nika uKalebi indodana ka Jefuna.
57Amadodana ka Aroni ba wa nika imizi yaseJuda, e iHebroni, umuzi o inqaba, neLibna namazwana alo, neJatiri, neEshtemoa, namazwana ayo,
58Nayo iHileni, namazwana alo, neDebiri namazwana alo,
59NeAshani namazwana alo, neBetishemeshi namazwana alo,
60Nasesizweni sika Benjamini; iGeba namazwana alo, neAlemati namazwana alo, neAnatoti namazwana alo. Imizi yonke yabo ngemindeni yabo ya i yishumi nantatu.
61Namadodana a ka Kohati, a e sele ngomndeni wa lesosizwe, a nikwa enxenyeni yesizwe, enxenyeni yesizwe sika Manasa, ngenkato, imizi e ishumi.
62Namadodana a ka Gershomi ngemindeni yawo esizweni sika Isaka, na sesizweni sika Asheri, na sesizweni sika Naftali, na sesizweni sika Manasa eBashani, imizi e ishumi nantatu.
63Amadodana aka Merari a nikwa ngenkato, ngemindeni yawo, esizweni sika Rubeni, na sesizweni sika Gadi na se sizweni sika Zebuloni, imizi e ishumi nambili.
64Abantwana bakwa Israeli ba nika. abaLevi lemizi namazwana ayo.
65Ba ba nika ngenkato lemizi e bizwa ngamagama abo esizweni saba kwaJuda, na sesizweni saba kwaSimeoni, na sesizweni saba kwa Benjamini.
66Na ba be sele bemindeni yaba kwa Kohati, ba be nemizi yamazwe abo esizweni sika Efraimi.
67Ba ba nika imizi e izinqaba, iShekemu entabeni iEfraimi namazwana alo; ba ba nika neGezeri namazwana alo,
68NeJokmeamu namazwana alo, neBeti-horoni namazwana alo.
69NeAjaloni namazwana alo, ne Gatrimoni namazwana alo;
70Enxenyeni yesizwe sika Manasa; iAneri namazwana alo, neBileamu namazwana alo, komndeni wabasalayo, ba kwa Kohati.
71Amadodana a ka Gershomi a nikwa emndenini wenxenye yesizwe sika Manasa, iGolani eBashani namazwana alo, ne Astarote namazwana alo;
72Nasesizweni sika Isaka; iKedeshi namazwana alo, iDaberati namazwana alo,
73NeRamoti namazwana alo, neAnemu namazwana alo;
74Esizweni sika Asheri; iMashali namazwana alo, neAbdoni namazwana alo,
75iHukoki namazwana alo, iRehobi namazwana alo;
76Na sesizweni sika Naftali iKedeshi eGalile namazwana alo, neHamoni namazwana alo, neKirjathaimi namazwana alo.
77Abanye abantwana baka Merari ba nikwa esizweni sika Zebuloni, iRimmoni namazwana alo, iTabori namazwana alo;
78Ngapesheya kweJordani nga seJeriko, nga sempumalanga kweJordani, ba nikwa esizweni sika Rubeni, iBezere ehlane namazwana alo, neJaza namazwana alo,
79NeKedemoti namazwana alo, neMefati namazwana alo;
80Esizweni sika Gadi; iRamoti eGiladi namazwana alo, neMahanaimi namazwana alo,
81NeHeshboni namazwana alo, neJazeri namazwana alo.