1MANJE uBenjamini wa zala uBela izibulo lake, uAshbeli wesibili, uAhara wesitatu,
2uNoha wesine, uRafa wesihlanu.
3Amadodana ka Bela kwa ku uAdda, noGera, noAbihudi,
4noAbishua, noNamani, noAhoa,
5noGera, noShefufani, noHuramu.
6Lawa amadodana ka Ehudi; Izikulu za oyise kwa ba be hlala eGeba, ba ba tumba ba ba yisa eManahate.
7uNamani, noAhia, noGera, wa ba tumba; wa zala uUza, noAhihudi.
8uShaharaimi wa zala abantwana ezweni lakwa Moabi, emva kokuba a ba suse; uHushimu noBara ba be abafazi bake.
9Wa zala kuHodeshi umkake, uJobabi, noZibia, noMesha, noMalkamu,
10noJeuzi, noShakia, noMama. Lawa a be amadodana ake, izinhloko za oyise.
11KuHushimu wa zala uAhitubi, noElpali.
12Amadodana ka Elpali; uEba, noMishamu, noShamedi, a baka iOno, neLodi, nemizana yawo;
13Njalo uBeria, noShema, aba be izinhloko za oyise kwa ba be hlala eAjaloni, aba xotya abantu ba seGati;
14uAhio, uShashaki, noJeremote,
15uZebadia, uAradi noAda,
16uMikaeli, uIspa, uJoha, amadodana ka Beria;
17uZebadia, noMeshulama, noHezeki, noHeberu,
18NoIshmerai, noJezlia, noJobabi, amadodana ka Elpaali;
19uJakimi, uZikri, noZabdi,
20uElienai, uZiltai, uElieli,
21uAdaia, uBeraia, uShimrati, amadodana ka Shimhi;
22uIspani, uHeberu, noElieli,
23uAbdoni, uZikri, noHanani,
24uHanania, uElami noAntotija,
25uIfedeia, uPenueli, amadodana ka Shashaki;
26uShamsherai, uSheharia, noAtalia,
27uJaresia, uElia, uZikri, amadodana ka Jerohamu.
28Laba ba be izinhloko za oyise, ngezizukulwana zabo, amakosana. Laba ba hlala eJerusalema.
29Wa ti eGibeoni wa hlala uyise ka Gibeoni; igama lomkake kwa ku Maka;
30Indodana yake izibulo uAbdoni, uZuri, uKishi, uBali, uNadabi,
31uGedori, uAhio, uZaka.
32uMikloti wa zala uShimea. Laba ba be hlezi nabazalwana babo eJerusalema, be bekene nabo.
33uNeri wa zala uKishi, uKishi wa zala uSauli, uSauli wa zala uJonatani, noMalkishua, noAbinadabi, noEsh-baali.
34Indodana ka Jonatani kwa kuMeribali; uMeribali wa zala uMika.
35Amadodana ka Mika kwa ku uPitoni, uMeleki, uTarea, uAhazi.
36uAhazi wa zala uJehoada; uJehoada wa zala uAlemeti, noAzmaveti, noZimri; uZimri wa zala uMoza,
37uMoza wa zala uBinea; uRafa wa e indodana yake, uEleasa indodana yake, uAzeli indodana yake;
38uAzeli e namadodana a isitupa, amagama awo i lawa, uAzrikamu, uBokeru, uIshmaeli, uShearia, uObadia, noHanani. Lawa amadodana ka Azeli.
39Amadodana ka Esheki umfo wabo, kwa ku uUlamu izibulo lake, uJushi wesibili, uElifeleti wesitatu.
40Amadodana ka Ulamu a e amaqawe a namandhla, a pata imicibityelo e namadodana amaningi, namadodana amadodana, ku ikulu namashumi a isihlanu. Bonke laba abamadodana ka Benjamini.