1LABA ba ngabantwana besizwe aba kupuka ekutelisweni, bona aba be tunjiwe nguNebukadnezari inkosi ya seBabulona, wa ba yisa eBabulona, ba buyela eJerusalema na seJudia, kwa yilowo wa ya emzini wake.
2Aba fika noZerubabeli; uJeshua, uNehemia, uSeraia, uRelaia, noMordekai, uBilshane, uMizpare, uBigvai, uRehume, noBana. Ukuma kwabantu besizwe sika Israeli.
3Abantwana baka Paroshe, izinkulungwane ezimbili nekulu namashumi a isikombisa nambili.
4Abantwana baka Shefetia, amakulu amatatu namashumi a isikombisa nambili.
5Abantwana baka Ara, amakulu a isikombisa namashumi a isikombisa nesihlanu.
6Abantwana baka Pahatimoabi, babantwana baka Jeshua noJoabi, izinkulungwane ezimbili namakulu a shiyagalolunye neshumi nambili.
7Abantwana baka Elami, inkulungwane namakulu amabili namashumi a isihlanu nane.
8Abantwana baka Zatu, amakulu a shiyagalolunye namashumi amane nesihlanu.
9Abantwana baka Zakai, amakulu a isikombisa namashumi a isitupa.
10Abantwana baka Bani, amakulu a isitupa namashumi amane nambili.
11Abantwana baka Bebai, amakulu a isitupa namashumi amabili nantatu.
12Abantwana baka Azgade, inkulungwane namakulu amabili namashumi amabili nambili.
13Abantwana baka Adonikamu, amakulu a isitupa namashumi a isitupa nesitupa.
14Abantwana baka Bigvai, izinkulungwane ezimbili namashumi a isihlanu nesitupa.
15Abantwana baka Adine, amakulu amane namashumi a isihlanu nane.
16Abantwana baka Atere, ka Hezekia, amashumi a shiyagalolunye nashiyagalombili.
17Abantwana baka Bezai, amakulu amatatu namashumi amabili nantatu.
18Abantwana baka Jora, ikulu neshumi nambili.
19Abantwana baka Hashume, amakulu amabili namashumi amabili nantatu.
20Abantwana baka Gibare, amashumi a shiyagalolunye nesihlanu.
21Abantwana ba seBetlehema, ikulu, namashumi amabili nantatu.
22Abantu ba seNetofa, amashumi a isihlanu nesitupa.
23Abantu ba seAnatoti, ikulu namashumi amabili nashiyagalombili.
24Abantwana ba seAzmavete, amashumi amane nambili.
25Abantwana ba seKirjatarimi, neKefira neBerote, amakulu a isikombisa namashumi amane nantatu.
26Abantwana ba seRama neGaba, amakulu a isitupa namashumi amabili nanye.
27Abantu ba seMikmasi, ikulu namashumi amabili nambili.
28Abantu ba seBeteli neAi, amakulu amabili namashumi amabili nantatu.
29Abantwana ba seNebo, amashumi amahlanu nambili.
30Abantwana ba seMagbishe, ikulu namashumi a isihlanu nesitupa.
31Abantwana baka Elami omunye, inkulungwane namakulu amabili namashumi a isihlanu nane.
32Abantwana baka Harimo, amakulu amatatu namashumi amabili.
33Abantwana ba seLodi, neHadidi neOno, amakulu a isikombisa namashumi amabili nesihlanu.
34Abantwana ba seJeriko, amakulu amatatu namashumi amane nesihlanu.
35Abantwana ba seSena, izinkulungwane ezintatu namakulu a isitupa namashumi amatatu.
36Abapristi; abantwana baka Jedaia abendhlu ka Jeshua, amakulu a shiyagalolunye namashumi a isikombisa nesihlanu.
37Abantwana baka Imere, inkulungwane namashumi a isihlanu nambili.
38Abantwana baka Pashure, inkulungwane namakulu amabili namashumi amane nesikombisa.
39Abantwana baka Harimo, inkulungwane neshumi nesikombisa.
40AbaLevi; Abantwana baka Jeshua noKadmieli, babantwana baka Hodavia, amashumi a isikombisa nane.
41Abahlabeleli; abantwana baka Asafa, ikulu namashumi amabili nashiyagalombili.
42Abantwana babalindiminyango; abantwana baka Shaluma, nabantwana baka Atere, nabantwana baka Talmona, nabantwana baka Akuba, nabantwana baka Hatita, nabantwana baka Shobai, bonke ikulu namashumi amatatu nashiyagalolunye.
43AbaNetini; abantwana baka Ziha, nabantwana baka Hasufa, nabantwana baka Tabaote.
44Abantwana baka Kerosi, abantwana baka Siaha, abantwana baka Padona.
45Abantwana baka Lebana, abantwana baka Hagaba, abantwana baka Akuba.
46Abantwana baka Hagabe, abantwana baka Shalmai, abantwana baka Hanani.
47Abantwana baka Gidele, abantwana baka Gahare, abantwana baka Reaya.
48Abantwana baka Rezina, abantwana baka Nekoda, abantwana baka Gazamu.
49Abantwana baka Uza, abantwana baka Pasea, abantwana baka Besai.
50Abantwana baka Asna, abantwana baka Mehunime, abantwana baka Nefusime.
51Abantwana baka Bakbuki, abantwana baka Hakufa, abantwana baka Harhure.
52Abantwana baka Bazlute, abantwa na baka Mehida, abantwana baka Harosha.
53Abantwana baka Barkose, abantwana baka Sisera, abantwana baka Tama.
54Abantwana baka Nezia, abantwana baka Hatifa.
55Abantwana bezinceku zika Solomona; abantwana baka Sotai, abantwana baka Soferete, abantwana baka Perida.
56Abantwana baka Jala, abantwana baka Darkona, abantwana baka Gidele.
57Abantwana baka Shefetia, abantwana baka Hatila, abantwana baka Poherete-zabaimu, abantwana baka Ami.
58Bonke abaNetini, nabantwana bezinceku zika Solomona ba be ngamakulu amatatu namashumi a shiyagalolunye nambili.
59Laba ba ngabakupukayo eTelmela, eTelharsa, eKerube, eAdane na seImere; kepa ba be nge nakutyela izindhlu za oyise babo, nokuzalwa kwabo, ukuba ba ngabaka Israeli.
60Abantwana baka Delaia, abantwana baka Tobia, abantwana baka Nekoda, amakulu a isitupa namashumi a isihlanu nambili.
61Abantwana babapristi; abantwana baka Habaia, abantwana baka Kozi, abantwana baka Bazilai, owa tabata umfazi ezintombini zika Bazilai, umGiladi, wa bizwa ngegama lazo.
62Laba ba funa ukubalwa kwabo pakati kwababalwayo ngokuzalwa kwabo, kodwa ka ba funyanwanga kona, ba kitywa kubupristi ngokungati babi.
63Ya ti Inkosi kubo, a ba sa yi kudhla oku ingcwele ku ze ku vele umpristi o noUrime noTumime.
64Se be hlanganisiwe bonke ndawonye ba be izinkulungwane ezi ngamashumi amane nambili namakulu amatatu namashmi a isitupa.
65Ngapandhle kwezisebenzi zabo zesilisa nezesifazana; lezo za zi izinkulungwane ezi isikombisa namakulu amatatu namashumi amatatu nesikombisa; ba be kona kuzo abahlabelelayo besilisa nabesifazana aba ngamakulu amabili.
66Amahashi abo a be ngamakulu a isikombisa namashumi amatatu nesitupa; izimbongolo zabo amakulu amabili namashumi amane nesihlanu.
67Amakamelo abo a be ngamakulu amane namashumi amatatu nesihlanu; izinjomane zabo za zi izinkulungwane ezi isitupa namakulu a isikombisa namashumi amabili.
68Ba ti aba izikulu za oyise ekuzeni kwabo endhlini ka Jehova e seJerusalema, ba nikela indhlu ka Tixo ngesihle ukuba i miswe endaweni yayo.
69Ba nikela njengamandhla abo endaweni yeminikelo yemisebenzi, amadarike egolide a izinkulungwane ezi ngamashumi a isitupa nanye, nezilinganiso zesiliva ezi izinkulungwane ezi isihlanu, nezingubo zabapristi ezi ikulu.
70Njalo abapristi nabaLevi, nabanye abantu, nabahlabeleli, nabalindiminyango, nabaNetini, baka ba hlala emizini yabo, nabaIsraeli bonke ba hlala emizini yabo.