1LEZI zi izizukulwane zamadodana ka Noa, uShemi noHamu, noJafete: ba zala amadodana ngasemva kuka zamcolo.
2Amadodana ka Jafete; uGomere, noMugoge, noMadai, noJavane, noTubale, noMesheke, noTirase.
3Amadodana ka Gomere; uAshekenaze, noRifate, noTogarma.
4Amadodana ka Javane; uElisha, noTarshishi, noKitime, noDodanime.
5Aba seziqingini zezizwe, ba vela kubo, be zihlakazekela emazweni abo; bonke, ngezilimi zabo, ngezinhlobo zabo, ezizweni zabo.
6Amadodana ka Hamu: uKushe, noMizirami, noFuti, noKenani.
7Amadodana ka Kushe: uSeba, noHavila, noSabta, noRama, noSabteka: amadodana ka Rama; uSheba noDedane.
8uKushe wa zala uNimrode: wa qala wa ba isiqwaga ezweni.
9Wa ba isiqwaga sokuzingela ebusweni buka Jehova: ngako kwa tiwa, NjengoNimrode isiqwaga sokuzingela ebusweni buka Jehova.
10Wa qala wa busa eBabeli, na seEreke, na seAkade, na seKalne, ezweni la seShinari.
11Wa puma ku lelozwe, wa ya eAsuri, waka iNinevi, nomuzi iRehoboti, neKala.
12NeReseni pakati kweNinevi neKala: lowo u ngumuzi omkulu.
13uMizrami wa zala uLudime, noAnamime, noLehabime, noNaftuhime,
14NoPatrusime, noKasluhime, aba vela kuye, oFilistime, noKaftorime.
15uKenani wa zala uSidone, izibulo lake, noHete,
16NoJebusi, noAmori, noGirigasi,
17NoHivi, noArki, noSini,
18NoArivadi, noZemari, ncHamati: ngasemva izindhlu zamaKenani za zihlakazekela.
19Umkaulo wamaKenani wa u qala eSidone wa ya eGerari wa za wa fika eGaza; wa ya eSodoma na seGomora, na seAdma; na seZebomi wa za wa fika Elasha.
20Laba ba be ngamadodana ka Hamu, ngezinhlobo zawo, na ngezilimi zawo, emazweni awo, na sezizweni zawo.
21Naye uShemi, uyise wabantwana bonke baka Eberi, umnawe ka Jafete omkulu, wa zala abantwana.
22Amadodana ka Shemi; uElame, noAshuri, noArfaksade, noLude, noAramu.
23Amadodana ka Aramu; uZe, noHule, noGeteri, noMashe.
24uArfaksade wa zala uSala; uSala wa zala uEberi.
25uEberi wa zala amadodana amabili: igama lomunye la li nguPelegi; ngokuba emihleni yake izwe la datyulwa; igama lomnawe wake la li nguJoktane.
26uJoktane wa zala uAlmodade, noShelefe, noHazarmate, noJera.
27NoHadoramu, noUzale, noDikla.
28NoObale, noAbimele, noSheba.
29NoOfire, noHavila, no Jobabe: laba bonke ba be ngamadodana ka Joktane.
30Ukwaka kwabo kwa qala eMesha kwa ya kwa fika eSefare, intaba ya sempumalanga.
31Laba ba be ngamadodana ka Shemi, ngezinhlobo zawo, na ngezilimi zawo, emazweni awo, ngezizwe zawo.
32Lezi zi izindhlu zamadodana ka Noa ngezinzalo zawo, ezizweni zawo: izizwe za vela kuwo za hlakazeka emhlabeni ngasemva kuka zamcolo.