Bible Society of South Africa

40 DAYS – Time with God – Day 31

Reflecting the Glory of God

by Noelene Curry

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

U-Eksodusi 34

28Wayelapho noJehova izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, kadlanga lutho, kaphuzanga manzi. Waloba ezibhebheni amazwi esivumelwano, imiyalelo eyishumi.

Inkazimulo yasebusweni bukaMose

29Kwathi uMose esehla entabeni yaseSinayi, izibhebhe zombili zobufakazi zisesandleni sikaMose esehla entabeni, uMose wayengazi ukuthi isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula ngenxa yokukhuluma kwakhe naye. 30Bathi u-Aroni nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bembona uMose, bheka, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula, besaba ukusondela kuye. 31UMose wayesebabiza; u-Aroni nazo zonke izinduna zenhlangano babuyela-ke kuye; uMose wayesekhuluma kubo. 32Ngasemuva bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova akukhulume kuye entabeni yaseSinayi.

33UMose eseqedile ukukhuluma nabo, wafaka iveli ebusweni bakhe. 34Kepha uMose esezakungena phambi kukaJehova ukukhuluma naye, walikhumula iveli waze waphuma; waphuma, wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli lokho akuyalelweyo.

U-Eksodusi 34:28-34ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

When Moses came down from Mount Sinai, he was not aware that his face was radiant – full of joy from receiving the words of God that were going to change the way the people of God would live in the future. We may not be aware of how we are radiating God’s word, but others will experience God in you.  Our world would be changed in a radical way if all believers spent thoughtful time with God and found that their presence effected those around them.  Take time out of worldly matters to  be in the presence of God.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU