Bible Society of South Africa

New Year – Day 10

Rule 10: Be part of God’s family.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

Kwabase-Efesu 5

UPawulu uxwayisa ngemisebenzi yobumnyama

1Ngakho yibani ngabalingisa uNkulunkulu njengabantwana abathandekayo,

Kwabase-Efesu 5:1ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kaJohane 3

Uphawu lwabantwana bakaNkulunkulu

1Bhekani uthando olungaka asinike lona uBaba lokuba sithiwe singabantwana bakaNkulunkulu; futhi siyibo. Ngalokho izwe alisazi, ngokuba alimazanga yena. 2Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho. Siyazi ukuthi, nxa ebonakaliswa, siyakuba njengaye, ngokuba siyakumbona njengokuba enjalo.

1 kaJohane 3:1-2ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

1 kwabaseThesalonika 4

10nempela niyakwenza lokho kubo bonke abazalwane abaseMakedoniya lonke. Kepha siyaniyala, bazalwane, ukuba nivame nokuvama kulokho,

1 kwabaseThesalonika 4:10ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

NgokukaJohane 1

12Kepha bonke abamamukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu, labo abakholwa egameni lakhe,

NgokukaJohane 1:12ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Be part of God’s family. Life is a group outing which embraces family, community, church, country and all that it entails! Accept that there are sacred ties that bind you and that freedom only has meaning in belonging to a community – a community which defines your place in the greater order of things.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU