Bible Society of South Africa

New Year – Day 6

Rule 6: Be willing to die a little of your own self to be with God.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaLuka 9

23Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. 24Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa.

NgokukaLuka 9:23-24ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

NgokukaMathewu 10

38nongathabathi isiphambano sakhe, angilandele, kangifanele.

NgokukaMathewu 10:38ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseGalathiya 2

20akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.

KwabaseGalathiya 2:20ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Be willing to die a little of your own self to be with God, since God died to bring you closer to him.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU