Bible Society of South Africa

New Year – Day 7

Rule 7: Create space in your heart to love.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaMathewu 22

37UJesu wathi kuye: “ ‘Woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho.’

NgokukaMathewu 22:37ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

IzAga 23

26Ndodana yami,

ngiphe inhliziyo yakho,

amehlo akho enamele izindlela zami.

IzAga 23:26ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Kwabase-Efesu 3

UPawulu ukhulekela ibandla ukuba likhule ekwazini uthando lukaNkulunkulu

14Ngenxa yalokho ngiguqa ngamadolo ami kuYise, 15eyethiwa ngaye imindeni yonke ezulwini nasemhlabeni, 16ukuba ngokwengcebo yenkazimulo yakhe aninike ukuqiniseka emandleni ngoMoya wakhe kumuntu ongaphakathi; 17uKristu ahlale ezinhliziyweni zenu ngokukholwa, ukuze nigxile, nisekelwe othandweni,

Kwabase-Efesu 3:14-17ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Create space in your heart to love. Practise unconditional love, keeping in mind that one can never love enough.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU