Bible Society of South Africa

New Year – Day 8

Rule 8: Accept who and what you are and stop stressing about what you’re not.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

KwabaseFilipi 4

8Elokugcina, bazalwane, konke okuyiqiniso, konke okuhloniphekayo, konke okulungileyo, konke okumhlophe, konke okuthandekayo, konke okutusekayo, noma kukhona okuhle, noma kukhona okubongekayo, zindlani ngalokho;

KwabaseFilipi 4:8ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Ihubo 73

Umkhuleko wowethemba uNkulunkulu

Ihubo lika-Asafa.

1Impela uNkulunkulu umnene ku-Israyeli,

kubo abanenhliziyo ehlanzekileyo.

Ihubo 73:1ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

KwabaseRoma 12

Ukuthobeka

3Ngokuba ngomusa engiwuphiweyo ngisho kulowo nalowo phakathi kwenu ukuthi angacabangi athi mkhulu kunalokho afanele ukukucabanga, kodwa acabange kube ngokuqonda, njengalokho uNkulunkulu abele lowo nalowo isilinganiso sokukholwa.

KwabaseRoma 12:3ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

NgokukaMarku 12

33futhi ukuyithanda yona ngenhliziyo yonke, nangengqondo yonke, nangamandla onke, nokuthanda umakhelwane njengalokhu umuntu ezithanda yena kudlula yonke iminikelo yokushiswa nemihlatshelo.”

NgokukaMarku 12:33ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Accept who and what you are and stop stressing about what you’re not. Accept that you fall short of the ideal – just like every single person on earth! That is called the human condition. God alone is wholly good and pure.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU