Bible Society of South Africa

His Kingdom Comes – Day 85

Beginning with the truth that the Lord is king over all the earth, reading of God's promise of a coming king, Christ's declaration and explanation of the Kingdom, and culminating with a glimpse towards the day when the kingdom of the world becomes the kingdom of our Lord and of his Messiah, when he will reign for ever and ever.

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaMathewu 4

23UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke. 24Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.

NgokukaMathewu 4:23-24ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli
Bible Society of South Africav.4.25.3
SITHOLE KU