Bible Society of South Africa

Longing for God – Day 251

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

1 kuThimothewu 2

Imithetho yenkonzo yebandla

1Ngakho-ke kuqala kukho konke ngiyala ukuba ukunxusa, nokukhuleka, nokucela, nokubonga kwenzelwe abantu bonke, 2amakhosi nabo bonke abakhulu, ukuze sihlale kahle nangokuthula, ngokumesaba uNkulunkulu nangesizotha esipheleleyo. 3Lokhu kuhle, kuyabongeka emehlweni kaNkulunkulu uMsindisi wethu 4othanda ukuba abantu bonke basindiswe, bafinyelele ekulazini iqiniso.

1 kuThimothewu 2:1-4ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

Prayer: the astonishing privilege of talking with God. These readings include prayers of longing and lament, Jesus’ teaching on prayer, and some of the best loved prayers in the Bible

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU