Bible Society of South Africa

Power in Weakness – Day 193

Um(Imi)bhalo weBhayibheli

NgokukaMathewu 6

31Ngakho-ke ningakhathazeki nithi: ‘Siyakudlani?’ noma: ‘Siyakuphuzani?’ noma: ‘Siyakwembathani na?’ 32Ngokuba konke lokhu abezizwe bayakufunisisa; ingani uYihlo wasezulwini uyazi ukuthi niyakudinga konke lokhu. 33Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina. 34Ningakhathazeki ngengomuso, ngokuba ingomuso iyakukhathalela okwayo. Inkathazo yosuku yanele lona.

NgokukaMathewu 6:31-34ZUL59NOVula kumfundi weBhayibheli

God’s people frequently encounter circumstances that make them feel weak and restless: these meditations draw us to God, who graciously pours out his strength and peace into our lives.

Bible Society of South Africav.4.26.9
SITHOLE KU